Ngamakhono Esinawo Singaziphilisa

Ngamakhono Esinawo Singaziphilisa okukoqala sizobheka ukuthi liyini ikhono? Ikhono yinto Ozalwa nayo noma ophuma nayo uyifumbethe esiswin sikamamawakho, amanye amakhona uzalwa ungenawo kodwa ngokuqeqeshwa okunzima ugcina usukwazi ukulisebenzisa lelokhono. isibonelo uyazalwa ukwazi ukucula kahle, kodwa uthi uma uyofundela umculo ugcine usucula kahle kakhulu uthole nolwazi oluningi lokuthi ungenza kanjani ukuthi ucule kancono. Ziningi izinhlobo zamakhona akukhona ukudlala ibhola kuphela, ukucula, ukudansa, ukupheka, ukuthunga konke kungamakhono, ngisho ukuhlekisa abantu ungaba ngusomahlaya lokho kuyikhono kukodwa.

umuthi wokuphasa wama students

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Join Grade 12 students whatsapp group

Grade 12 Matric whatsapp groups


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Ukwanda bobugebengu ezweni
Usizo ngenkulumo engender emayelana namakhono ngidinga ukuthola amaphuzu amaningana ngalenkulumo engamakhono
 

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo